ZIQALE ngegiya eliphezulu izivivinyo zika-matric kuleli njengoba kungabikwanga zehlakalo eziphazamisile. Izinkumbi zabafundi zibhale iphepha lesithathu lesiNgisi izolo, kanti naKwaZulu-Natal, ...
Iqembu le politiki i-Afrika Mayibuye lihlabe amahlebezi abezungeza ezinkundleni zokuxhumana athi uFannie John Sibeko ongumsolwa ecaleni lokubulawa kwabantu abane eKatlehong umele leli qembu ohlwini ...
I-Automobile Association of South Africa (AA) iphosele inselelo uhulumeni ukuthi ahoxise intela efakwe entengweni kaphethroli nodizili ukuze kungazweli ukunyuka kwakamuva kubantu bakuleli. Intengo ...
Kufe abasolwa abathathu ababesanda kuphanga imoto yemali ngesikhathi kudutshulwana namaphoyisa kanye nonogada abazimele eMlaza ngoLwesithathu ntambama. Inani elingaziwa labasolwa livimbezele imoto ...
OWESILISA okuthiwa udubule wabulala izimenenja ezintathu esitolo sakwaBoxer edolobheni iShowe, ngoMgqibelo, ubesithukuse eduze isibhamu enze ngaso umonakalo. Lokhu kuvezwe umfowabo woyedwa wababulewe ...
INGWAZI emculweni kamaskandi, u-Ali "Igeza" Mgube, ihlonishwe nge-Lifetime Achievement kumaMzansi Traditional and Cultural Music Awards eJoburg Theatre, eGoli, ngempelasonto. UMgube uthulelwe isigqoko ...
IPHINI lomholi weMKP, uMnuz Duduzane Zuma, eliyindodana yomholi weqembu ongeniswe esibhedlela, uMnuz Jacob Zuma, lithi bazophoxeka labo abafisela uyise okubi. Uthe uZuma uzobuya maduzane azoqhubeka ...
Intombazane eneminyaka eyisithupha ubudala isesimweni esibucayi ngemuva kokugwazwa esikoleni samabanga aphansi eMhlali, ogwini olusenyakatho KwaZulu-Natal. Ngokusho kwenkampani i-IPSS Medical Rescue, ...
Amaphoyisa aphenya icala lokubulala ngemuva okudutshulwa kwabantu okubikwa ukuthi bebesenkonzweni yesikhumbuzo esigcemeni sakwaNhlapo, eKatlehong ngoLwesibili ebusuku. Kuthiwa ushayasibhamu uqhamuke ...
UMHLAZIYI wezepolitiki uthi ukuhlala isikhathi eside esibhedlela komholi weMKP, uMnuz Jacob Zuma, kuzolimaza umkhankaso weqembu wokhetho. Umhlaziyi waseNyuvesi yaKwaZulu-Natal, uMnuz Zakhele Ndlovu, ...
BAZOZITIKA ngabaculi abahlukene abazobe bezojabulela ukubuka umdlalo wamanqamu weMTN8, iWafa Wafa, ozoba enkundleni yezemidlalo iMoses Mabhida, eThekwini, ngoMgqibelo ngo-6 ntambama. UMasipala weTheku ...